Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:14 - IsiZulu 2020

14 Wenza isihenqo ngokuluhlaza, ngokububende, ngokubomvu nangelineni elicolekileyo, wabeka amakherubhi kuso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wenza isihenqo ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo, wabeka kuso amakherubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wenza iveli ngokuyibubende, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo kakhulu, wenza phezu kwalo amakherubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amaphiko ala makherubhi ayeluleke ngamakhubhithi angama-20, emi ngezinyawo zawo, ubuso bawo bubheke endlini.


Isihenqo sesango legceke sasihlotshiswe ngensonto eluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo. Kwakungamakhubhithi angama-20 ubude, ukuphakama nobubanzi balo bungamakhubhithi ayisihlanu, kulingana namakhethini egceke.


Uma inkambu ithutha, u-Aroni uyakungena namadodana akhe, behlise ikhethini elihenqile, bamboze ngalo umphongolo wobufakazi.


Isihenqo sethempeli sadabuka kabili; kusukela phezulu kuze kufike phansi. Umhlaba wazamazama, amadwala aqhekezeka,


ngendlela entsha nephilayo asivulela yona, edabula isihenqo, okungukuthi umzimba wakhe,


Emva kwesihenqo sesibili kwakukhona ithabanakeli okuthiwa ngelingcwelengcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ