Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 29:3 - IsiZulu 2020

3 Ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaSimakade, wayilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe ngenyanga yokuqala wavula izivalo zendlu kaJehova, wazilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaJehova, wayilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 29:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahazi waqoqa zonke izinto zendlu kaNkulunkulu wazinqamula, wavala iminyango yendlu kaSimakade, wazenzela ama-althare kuwo wonke amagumbi eJerusalema.


Baqala ukungcwelisa indlu kaSimakade ngosuku lokuqala, ngenyanga yokuqala, kwathi ngosuku lwesishiyagalombili kuleyo nyanga, bafinyelela emphemeni kaSimakade. Bayingcwelisa indlu kaSimakade izinsuku eziyisishiyagalombili; kwathi ngosuku lwe-16 lwenyanga yokuqala, bawuphothula wonke umsebenzi.


Wangenisa abaphristi nabaLevi, wabaqoqela esigcawini ngasempumalanga,


Bavala nezivalo zompheme, bacima izibani, abayishisanga impepho, abanikelanga ngeminikelo yokushiswa endaweni engcwele kuNkulunkulu ka-Israyeli.


Ngonyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe esengumfana, waqala ukufuna uNkulunkulu kaDavide, ukhokho wakhe. Kwathi ngonyaka we-12, waqala ukuhlambulula uJuda neJerusalema, wasusa izindawo eziphakemeyo, o-Ashera, izithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo.


Angizukuyibeka phambi kwamehlo ami into embi; ngiyakuzonda okwenziwa ngabahlubukayo, akuyukunamathela kimi.


“Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakulimisa ithabanakeli lethende lokuhlangana.


Noma yini isandla sakho esiyitholayo yenze ngamandla akho wonke, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


ukuba iNdodana yakhe ayambule kimi, ukuze ngishumayele ivangeli lakhe kwabezizwe, angizange ngibuze muntu ngaleso sikhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ