2 iziKronike 28:6 - IsiZulu 20206 UPheka, indodana kaRemaliya, wabulala izinkulungwane eziyizi-120 000 kwaJuda ngasuku lunye, bonke babengamadoda anamandla, ngokuba bamshiya uSimakade uNkulunkulu wokhokho babo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba uPheka indodana kaRemaliya wabulala kwaJuda izinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ngalusuku lunye, bonke bengamadoda anamandla, ngokuba bebeshiyile uJehova uNkulunkulu wawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 UPheka indodana kaRemaliya wabulala kwaJuda izinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ngalusuku lunye, bonke bengamadoda anamandla; ngoba bamshiya uJehova uNkulunkulu wawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |