Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:4 - IsiZulu 2020

4 Wenza okuhle phambi kukaSimakade, njengakho konke u-Amaziya uyise ayekwenzile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uyise u-Amasiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wenza okulungile emehlweni kaJehova, njengalokho enzile uyise u-Amasiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeneminyaka eli-16 ngesikhathi eqala ukubusa. Wabusa iminyaka engama-52 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJekholiya waseJerusalema.


Wenza okulungileyo emehlweni kaSimakade, wenza njengakho konke ayekwenzile uyise u-Uziya.


UJowashi wenza okulungile phambi kukaSimakade ngazo zonke izinsuku zokuphila kukaJehoyada, umphristi.


Wenza okulungileyo phambi kukaSimakade, nokho engakwenzi ngenhliziyo epheleleyo.


U-Uziya wayeneminyaka eli-16 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-52 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJekhiliya waseJeruselama.


Wayelokhu efune uNkulunkulu ngesikhathi sikaZakhariya owamfundisa ukwesaba uNkulunkulu. Ngemihla ayemfuna ngayo uSimakade, uNkulunkulu wambusisa kakhulu.


Wenza okulungileyo phambi kukaSimakade njengalokho konke ayekwenzile uyise, u-Uziya, kodwa akazange angene ethempelini likaSimakade. Abantu baqhubeka ukwenza okungalungile.


Wenza okulungileyo phambi kukaSimakade njengakho konke okwakwenziwe nguDavide, ukhokho wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ