Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:2 - IsiZulu 2020

2 Esekhotheme uyise, u-Uziya wakha i-Elathi walibuyisela kwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Yena wakha i-Eloti, walibuyisela kuJuda, inkosi isilele koyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wakha i-Eloti, walibuyisela kuJuda, inkosi isilele koyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:2
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha kabusha i-Elathi, wayeselibuyisela kuJuda emva kokuba inkosi isingcwatshwe kokhokho bayo.


Ngaleso sikhathi uRezini, inkosi yase-Aramu, wabuyisela i-Elathi e-Aramu, wabaxosha abaJuda e-Elathi, kwase kufika ama-Aramu nabakwa-Edomi bahlala kulo kuze kube namuhla.


UJowashi, inkosi yakwa-Israyeli, wambamba u-Amaziya, inkosi yakwaJuda, indodana kaJowashi kaJehowahazi eBhethi Shemeshi, wamyisa eJerusalema. Wabhidliza ugange eJerusalema kusukela esangweni i-Efrayimi kuze kube sesangweni iGumbi, amakhubhithi angama-400.


Bamthwala ngamahhashi, bamngcwaba kokhokho bakhe emzini wakwaJuda.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Uziya owayeneminyaka eli-16, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amaziya.


U-Uziya wayeneminyaka eli-16 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-52 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJekhiliya waseJeruselama.


USolomoni wayesesuka waya eZiyoni Gebheri nase-Elathi, ogwini lolwandle, kwa-Edomi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ