Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:14 - IsiZulu 2020

14 U-Uziya wawalungisela wonke amabutho akhe izihlangu, imikhonto, izigqoko, amabhantshi, iminsalo namatshe ezindwayimane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 U-Uziya walungisela impi yonke izihlangu, nemikhonto, nezigqoko, namabhantshi, neminsalo, namatshe endwayimana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 U-Uziya wabalungisela kulo lonke ibutho izihlangu, nemikhonto, nezigqoko, nezihlangu, neminsalo, nezindwayimana zokujikijela amatshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:14
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zaziphethe amabutho anamandla ayizi-307 500, ayelwa ngokuzinikela okukhulu ukuba asize inkosi ezitheni.


EJerusalema wakha imishini yempi eyasungulwa ngokuhlakanipha, wayibeka phezu kwemibhoshongo nasezingosini ezithile, ukuze kuphonswe ngayo imicibisholo namatshe amakhulu. Igama lakhe laduma kude naseduze ngokuba wasizwa ngokumangalisayo waze waba namandla amakhulu.


iyakuba nembobo yekhanda phakathi nayo, ibe nomphetho owelukiweyo oyizungezile le mbobo, njengembobo yebhantshi lensimbi ukuze ingadabuki.


Bophelani amahhashi, nigibele amahhashi empi, nime ngomumo; nifake izigqokozivikeli, nemikhonto eloliwe, nembathe namabhantshi ensimbi.


Kuwona wonke lowo mbutho, kwakukhona amadoda angama-700 ayeqokiwe engamanxele wonke, ayekwazi ukunemba ngetshe, angageji.


UDavide wafaka isandla sakhe esikhwameni sakhe, wakhipha khona itshe, walidwiza, wamshaya umFilisti ebunzini, itshe lashona ebunzini, wawela phansi ngobuso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ