2 iziKronike 26:13 - IsiZulu 202013 Zaziphethe amabutho anamandla ayizi-307 500, ayelwa ngokuzinikela okukhulu ukuba asize inkosi ezitheni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Phansi kwezandla zabo kwakukhona impi enamandla eyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu nezinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu ayisihlanu, eyalwa ngamandla amakhulu ukuba isize inkosi ezitheni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Phansi kwesandla sabo kwakukhona impi eyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu nesikhombisa namakhulu ayisihlanu, eyalwa ngamandla amakhulu ukusiza inkosi esitheni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
U-Amaziya waqoqa uJuda, wammisa ngokwezindlu zawoyise phansi kwabakhuzi bempi bezinkulungwane nabakhuzi bempi bamakhulu. UJuda wonke noBhenjamini wababala, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, wathola ukuthi bayizi-300 000 abakhethekileyo asebengaphuma impi, nabangaphatha umkhonto nesihlangu.