Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:11 - IsiZulu 2020

11 U-Uziya wayenamabutho ayephuma ukuyokulwa izimpi ngamaviyo njengokudidiyelwa kwawo nguJehiyeli, umbhali, uMahaseya, umbusi, benganyelwe nguHananiya, enye yezinduna zenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 U-Uziya wayenempi elwayo eyaphuma ukulwa ngamaviyo njengomumo wokubalwa kwabo ngesandla sikaJehiyeli, umbhali, noMahaseya, umbusi phansi kwesandla sikaHananiya, enye yezinduna zenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngaphezu kwalokho, u-Uziya wayenebutho lamaqhawe aphuma impi ngamaviyo, ngokwenani lombiko walo kaJehiyeli unobhala nenduna uMahaseya ngaphansi kokuqondisa kukaHananiya, omunye wezinduna zenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:11
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ama-Aramu ayephume ngamaviyo ukuyophanga, abuya kwa-Israyeli nentombazana encane eyayiyincekukazi yomkaNahamani.


Wakha imibhoshongo ehlane, wemba imithombo yamanzi eminingi, ngokuba wayenemfuyo eningi ehlanzeni nasethafeni; wayenabalimi nabaphathi bezivini ezintabeni naseKharmeli, ngoba wayengothanda umhlabathi.


Inani lazo zonke izinhloko zoyise, amaqhawe anamandla, kwakuyizi-2 600.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ