2 iziKronike 25:4 - IsiZulu 2020
4 Kepha akababulalanga abantwana bazo, kodwa wenza njengokulotshiweyo emthethweni, encwadini kaMose njengokuyala kukaSimakade, ethi: “Oyise abayukubulawa ngenxa yabantwana, nabantwana abayukubulawa ngenxa yoyise, kodwa yilowo nalowo uyakufa ngesakhe isono.”
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
4 Kodwa akabulalanga abantwana bazo, kepha wenza njengokulotshiweyo emthethweni encwadini kaMose njengokuyala kukaJehova ngokuthi: “Oyise abayikubulawa ngenxa yabantwana, nabantwana abayikubulawa ngenxa yawoyise, kepha yilowo nalowo uyakufa ngesakhe isono.”
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
4 Kepha akababulalanga abantwana babo, wenza njengokulotshiweyo emthethweni encwadini kaMose, lapho uJehova eyala khona ngokuthi: “Oyise abayikufa ngenxa yabantwana, nabantwana abayikufa ngenxa yabantwana. Oyise, kodwa yilowo nalowo uyakufa ngesakhe isono.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ