Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:5 - IsiZulu 2020

5 Waqoqa abaphristi nabaLevi, wathi kubo: “Phumani niye emizini yakwaJuda; niqoqe imali yokulungisa indlu kaNkulunkulu wenu ku-Israyeli wonke, lokho nikwenze unyaka nonyaka: lusukumeleni ngokushesha lolu daba.” Kepha abaLevi abalusukumelanga ngokushesha lolo daba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wabutha abapristi namaLevi, wathi kubo: “Phumani niye emizini yakwaJuda, niqoqe ku-Israyeli wonke imali yokulungisa indlu kaNkulunkulu wenu iminyaka ngeminyaka, niyisheshise le ndaba.” Kepha amaLevi awasheshanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabiza abapristi namaLevi, wathi kubo: “Phumani niye emizini yakwaJuda, nibuthe imali ku-Israyeli wonke yokulungisa indlu kaNkulunkulu wenu iminyaka ngeminyaka, niyisheshise le ndaba. Kodwa amaLevi ayengajahile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafathi wayenabafowabo namadodana. Amadodana akhe kwakungu-Azariya, uJehiyeli, uZakhariya, u-Azariyahu, uMikhayeli noShefathiya; wonke lawa kwakungamadodana enkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafathi.


Ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaSimakade, wayilungisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ