Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:26 - IsiZulu 2020

26 Nampa labo abamakhela uzungu: uZabhadi, indodana kaShimeyathi umAmonikazi; noJehozabhadi, indodana kaShimrithi wakwaMowabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Nampa ababemenzela ugobe: nguZabadi indodana kaShimeyati umAmonikazi noJehozabadi indodana kaShimriti umMowabikazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Laba yibo abamenzela ugobe; uZabadi, indodana kaShimeyati, wakwa-Amoni, noJozabadi, indodana kaZimriti, umMowabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:26
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabulawa yizinceku zakhe uJozakhari, indodana kaShimeyathi, noJehozabhadi, indodana kaShomeri, wembelwa nokhokho bakhe emzini kaDavide. U-Amaziya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngesikhathi sebesuka kuye, bamshiya ngoba wayegula kakhulu, izinceku zakhe zamakhela uzungu, ngenxa yegazi lamadodana kaJehoyada umphristi, zambulalela embhedeni wakhe. Wafa, zamngcwaba emzini kaDavide, kodwa azimngcwabanga emadlinzeni amakhosi.


Indaba ngamadodana akhe, nangobukhulu bemithwalo phezu kwakhe, nangokuvuswa kwendlu kaNkulunkulu, bheka, kulotshiwe emlandweni wencwadi yamakhosi. U-Amaziya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwathi lapho umbuso wakhe ususimeme, wazibulala izinceku zakhe ezazibulale inkosi, uyise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ