Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:23 - IsiZulu 2020

23 Kwathi ngasekupheleni konyaka impi yase-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yabhubhisa bonke abaholi babantu, yathumela yonke impango eyayiyiphange kubantu enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi ngasekupheleni komnyaka impi yase-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yabhubhisa zonke izikhulu zabantu phakathi kwabantu, yathuma yonke impango yazo enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi ekupheleni komnyaka impi yama-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yachitha zonke izikhulu zabantu phakathi kwabantu, yathumela yonke impango yazo enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ama-Aramu aseDamaseku afika ukuzosiza uHadadezeri, inkosi yaseZobha. UDavide wabulala ama-Aramu ayizi-22 000.


Umphrofethi wasondela enkosini yakwa-Israyeli, wathi kuyo: “Hamba, uziqinise, uqaphele, ubone ukuthi uzokwenzani, ngoba emva konyaka inkosi yama-Aramu izobuya, izokulwa nawe.”


Kwathi emva konyaka, uBheni Hadadi wahlanganisa ama-Aramu, wayesenyukela e-Afeki ukuyolwa no-Israyeli.


Impindiselo ingeyami, nokunxephezela kungokwami, lapho unyawo lwabo lushelelela okwesikhashana, ngokuba usuku lwabo lwenhlekelele selusondele, izinto abalungiselelwe zona uyozenza zifike ngokushesha kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ