Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:12 - IsiZulu 2020

12 Inkosi noJehoyada banika labo ababenza umsebenzi wokulungisa indlu kaSimakade, imali, baqasha abakhi nababazi ukuba bavuselele indlu kaSimakade, nabasebenza ngensimbi nethusi ukuba baqinise indlu kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Inkosi noJehoyada bayinika abenza umsebenzi wenkonzo endlini kaNkulunkulu, baqasha abakhi nababazi ukuvusa indlu kaJehova, nabasebenza ngensimbi nethusi ukuba baqinise indlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Inkosi noJehoyada bayinika abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, baqasha abakhi nababazi ukuba balungise indlu kaJehova, nensimbi nethusi kwendlu yokubuyisela uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHiramu, inkosi yaseThire, wathumela izithunywa kuDavide, nemisedari, nababazi bemithi, nabakhi; bamakhela uDavide isigodlo.


USolomoni wayenabathwala imithwalo abayizi-70 000, nababazi bamatshe ezintabeni abayizi-80 000,


Ngesikhathi umphongolo ulethwa ngabaLevi ezinduneni zenkosi, zazithi uma zibona ukuthi isiningi imali, umbhali wenkosi nenduna yomphristi omkhulu, bayithulule imali emphongolweni, wona bawubuyisele endaweni yawo. Benza kanjalo imihla ngemihla, baqoqa imali eningi.


Izisebenzi zasebenza, kwathi umsebenzi wokulungiswa kwayo waqhubeka ezandleni zazo. Zayilungisa indlu kaNkulunkulu yaba sesimeni sayo, zayiqinisa.


Indaba ngamadodana akhe, nangobukhulu bemithwalo phezu kwakhe, nangokuvuswa kwendlu kaNkulunkulu, bheka, kulotshiwe emlandweni wencwadi yamakhosi. U-Amaziya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngonyaka we-18 wokubusa kwakhe esehlambulule izwe nendlu, wathuma uShafani, indodana ka-Asaliya, uMahaseya isikhulu somuzi, noJowa indodana kaJowakhazi, umabhalane, ukuba balungise indlu kaSimakade uNkulunkulu wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ