Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:11 - IsiZulu 2020

11 Ngesikhathi umphongolo ulethwa ngabaLevi ezinduneni zenkosi, zazithi uma zibona ukuthi isiningi imali, umbhali wenkosi nenduna yomphristi omkhulu, bayithulule imali emphongolweni, wona bawubuyisele endaweni yawo. Benza kanjalo imihla ngemihla, baqoqa imali eningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi ngesikhathi umphongolo owayiswa ngaso ezinduneni zenkosi ngesandla samaLevi, nalapho zibona ukuthi imali iningi, umbhali wenkosi nenduna yompristi omkhulu beza, bawuthulula umphongolo, bawuthatha, bawubuyisela endaweni yawo. Benze njalo imihla ngemihla, baqoqa imali eningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kwathi umphongolo walethwa esikhundleni senkosi ngesandla samaLevi, futhi lapho ebona ukuthi imali yayiningi, umbhali wenkosi nenhloko yompristi omkhulu bafika bawuthulula umphongolo. Wayithatha wayibuyisela endaweni yakhe. Bakwenza-ke usuku nosuku, babutha imali ngobunengi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zonke izikhulu nabo bonke abantu bathokoza, bayiletha, bayiphonsa emphongolweni, baze baqeda.


Inkosi noJehoyada banika labo ababenza umsebenzi wokulungisa indlu kaSimakade, imali, baqasha abakhi nababazi ukuba bavuselele indlu kaSimakade, nabasebenza ngensimbi nethusi ukuba baqinise indlu kaSimakade.


Ngosuku lokuqala lweviki akube yilowo nalowo azibekele, aqongelele azakunikela ngakho njengokuphumelela kwakhe, ukuze kuthi lapho ngifika, kungabi yima kuqalwa kuqoqwa umnikelo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ