Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:1 - IsiZulu 2020

1 UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-40 eJerusalema. Igama likanina kwakunguSibhiya waseBheri Sheba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema; igama likanina lalinguSibiya waseBeri Sheba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema; Igama likanina lalinguSibja waseBeri Sheba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:1
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.


UJehowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ngesikhathi eqala ukubusa.


Ngonyaka wesikhombisa kaJehu, uJehowashi waba yinkosi; wabusa eJerusalema iminyaka engama-40. Igama likanina kwakunguSibhiya waseBheri Sheba.


UJehoshafathi wazala uJoramu; yena wazala u-Ahaziya; yena wazala uJowashi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ