Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:9 - IsiZulu 2020

9 UJehoyada, umphristi, wanika abakhuzi bempi bamakhulu imikhonto, amahawu, nezihlangu okwakungezenkosi uDavide, ezazihlala endlini kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJehoyada umpristi wanikela ezinduneni zamakhulu imikhonto namahawu nezihlangu okwakungokwenkosi uDavide, kusendlini kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngaphezu kwalokho, uJehoyada umpristi wanikeza izikhulu phezu kwemikhonto eyikhulu nezihlangu nezihlangu okwakungezeNkosi uDavide, ezazisendlini kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wathatha izihlangu zegolide ezazingezezinceku zikaHadadezeri, waziletha eJerusalema.


Inkosi uSolomoni yenza izihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-200, kwaba ngamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-600 esihlangwini ngasinye,


Wamisa abantu bonke yilowo nalowo ephethe isikhali sakhe esandleni sakhe, kusukela ohlangothini lwesokunene lwendlu, kuze kube sohlangothini lwesokhohlo lwendlu, ngase-althare nanxazonke zendlu okwakukuyo inkosi.


AbaLevi noJuda wonke benza njengakho konke uJehoyada, umphristi, ayebayalile; yilowo nalowo wathatha abantu bakhe ababengena ngesabatha, nalabo ababephuma ngesabatha, ngokuba uJehoyada, umphristi, akazihambisanga izigaba.


Wayesethi umphristi: “Kukhona inkemba kaGoliyathi, umFilisti, owambulala esigodini i-Ela. Ilapho, isongwe ngendwangu emuva kwengubo yamahlombe. Uma uthanda ukuyithatha, yithathe, ngokuba ayikho enye ngaphandle kwaleyo.” UDavide wathi: “Ayikho efana naleyo, nginike yona.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ