Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:7 - IsiZulu 2020

7 AbaLevi bayakuyizungeza inkosi, yilowo nalowo ephethe izikhali zakhe esandleni, oyongena endlini uyobulawa; niyoba nenkosi ekungeneni nasekuphumeni kwayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 AmaLevi ayakuyizungeza inkosi nxazonke, yilowo nalowo abe nezikhali zakhe esandleni sakhe; ongena endlini makabulawe; yibani nenkosi ekungeneni kwayo nasekuphumeni kwayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 AmaLevi kumelwe adonsele inkosi nxazonke, yilowo nalowo ephethe izikhali zakhe esandleni sakhe; futhi noma ubani omunye ongena endlini kumelwe abulawe; kepha yiba nenkosi lapho ingena nalapho iphuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makungangeni muntu endlini kaSimakade ngaphandle kwabaphristi nabaLevi okuyibona abakhonzayo; bona bayakungena ngokuba bangcwele, kepha bonke abantu bayakugcina izimfanelo zikaSimakade.


AbaLevi noJuda wonke benza njengakho konke uJehoyada, umphristi, ayebayalile; yilowo nalowo wathatha abantu bakhe ababengena ngesabatha, nalabo ababephuma ngesabatha, ngokuba uJehoyada, umphristi, akazihambisanga izigaba.


Kodwa uma umuntu ehlasela abulale omunye ngobuqili, kufanele naye asuswe e-althare lami abulawe.”


Uyoqoka u-Aroni namadodana akhe ukuba benze umsebenzi wobuphristi; umfokazi oyosondela kubo, uyakubulawa.”


Ababekanise ngaphambi kwethabanakeli ngasempumalanga, phambi kwethende lokuhlangana lapho kuphuma khona ilanga, kwakunguMose, u-Aroni namadodana akhe. Umsebenzi wabo kwakungukwenza izinkonzo endaweni engcwele, bagcine umsebenzi wabantu bakwa-Israyeli; umfokazi oyosondela kubo uyobulawa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ