Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:5 - IsiZulu 2020

5 Ingxenye yokuthathu elandelayo, iyokuba sesigodlweni senkosi; ingxenye yokugcina yokuthathu ibe sesangweni Lesisekelo, bonke abantu bayoba semagcekeni endlu kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 abesithathu babe sendlini yenkosi, abesithathu babe seSangweni Lesisekelo, bonke abantu babe semagcekeni endlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ingxenye yesithathu iyakuba sendlini yenkosi; nengxenye yesithathu esangweni lesisekelo, futhi bonke abantu bayakuba semagcekeni endlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:5
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nakhu-ke okumele nikwenze: ingxenye eyodwa yokuthathu yalabo abangena ngesabatha, abangabaphristi, nabaLevi, iyakuba ngabalindimasango.


Makungangeni muntu endlini kaSimakade ngaphandle kwabaphristi nabaLevi okuyibona abakhonzayo; bona bayakungena ngokuba bangcwele, kepha bonke abantu bayakugcina izimfanelo zikaSimakade.


USimakade wenza njengokucela kukaMose, amasele ayesezindlini, emagcekeni, nasemasimini afa.


Indoda ethile eyisishosha kwasesizalweni sikanina, yayithwelwe yilabo ababeyibeka nsuku zonke ngasemnyango wethempeli obizwa ngokuthi “Omuhle” ukuba inqibe kulabo ababengena ethempelini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ