Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:4 - IsiZulu 2020

4 Nakhu-ke okumele nikwenze: ingxenye eyodwa yokuthathu yalabo abangena ngesabatha, abangabaphristi, nabaLevi, iyakuba ngabalindimasango.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nansi into eniyakuyenza: abesithathu kini abangena ngesabatha, ababapristi nabamaLevi, bayakuba ngabalindisango,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nansi into eniyakuyenza; ingxenye yesithathu yenu abangena ngesabatha, yabapristi namaLevi, iyakuba ngabalindisango;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bahamba, babiza abalindisango bomuzi, babatshela, bathi: “Sihambile saya enkanjini yabase-Aramu; bekukhala ibhungane, kungekho muntu, kungekho ngisho umsindo wodwa lo, kuphela amahhashi, nezimbongolo okuboshiweyo, namathende enjengalokhu enjalo.”


Umsebenzi wabo kwakungukusiza abozalo luka-Aroni emsebenzini wendlu kaSimakade, emagcekeni, emakamelweni, ukuhlambulula zonke izinto ezingcwele, nokwenza umsebenzi wokukhonza endlini kaNkulunkulu,


Abafowabo emizaneni yabo babengena njalo emveni kwezinsuku eziyisikhombisa, izikhathi ngezikhathi, ukuba babe nabo.


Ingxenye yokuthathu elandelayo, iyokuba sesigodlweni senkosi; ingxenye yokugcina yokuthathu ibe sesangweni Lesisekelo, bonke abantu bayoba semagcekeni endlu kaSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ