2 iziKronike 23:3 - IsiZulu 20203 Lonke ibandla lenza isivumelwano nenkosi endlini kaNkulunkulu; uJehoyada wathi kubo: “Bhekani, nansi indodana yenkosi, iyakubusa njengokusho kukaSimakade ngamadodana kaDavide. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Lonke ibandla lenza isivumelwano nenkosi endlini kaNkulunkulu; uJehoyada wathi: “Bhekani, indodana yenkosi iyakubusa njengokukhuluma kukaJehova ngamadodana kaDavide. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Ibandla lonke lenza isivumelwano nenkosi endlini kaNkulunkulu. Wathi kubo: “Bheka, indodana yenkosi iyakuba yinkosi, njengalokho uJehova wakhuluma ngamadodana kaDavide. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Manje Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina nenceku yakho uDavide, ubaba, lokho owakukhuluma kuyo uthi: ‘Akuyukwesweleka muntu kuwe, phambi kwami, oyohlala esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli. Uma nje abozalo lwakho beqaphela indlela yabo, ukuba bahambe emthethweni wami, njengalokhu wena uhambile phambi kwami.’