Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:12 - IsiZulu 2020

12 U-Athaliya wawuzwa umsindo wabantu ababegijima bedumisa inkosi, wanikela khona kubantu, endlini kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 U-Athaliya esezwa ukumemeza kwabantu begijima beyidumisa inkosi, waya kubantu endlini kaJehova,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lapho u-Athaliya ezwa umsindo wabantu begijima bedumisa inkosi, waya kubantu endlini kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:12
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bayiletha indodana yenkosi base bebeka umqhele, bayinika ubufakazi, bayibeka yaba yinkosi. UJehoyada namadodana akhe bayigcoba, bathi: “Mana njalo, nkosi.”


Wabheka, wayibona inkosi imi ngasensikeni yayo ngasekungeneni. Izikhulu nabamacilongo babenenkosi; bonke abantu bezwe bathokoza, bashaya amacilongo, abahlabelelayo babebetha izinto zokucula, behola indumiso. U-Athaliya wayeseklebhula izingubo zakhe, wathi: “Ukuvukela umbuso! Ukuvukela umbuso!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ