2 iziKronike 22:9 - IsiZulu 20209 Wamfuna u-Ahaziya, wamthola ebanjiwe ngokuba wayecashe eSamariya, bamyisa kuJehu; bambulala, bamngcwaba ngokuba bathi: “Lo uyindodana kaJehoshafathi, owamfuna uSimakade ngenhliziyo yakhe yonke.” Indlu ka-Ahaziya yayingasenamuntu ongagcina umbuso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wamfuna u-Ahaziya, bambamba; wayecashile eSamariya bamletha kuJehu, bambulala; bammbela, ngokuba bathi: “Uyindodana kaJehoshafati owamfuna uJehova ngenhliziyo yakhe yonke.” Indlu ka-Ahaziya yayingasenamandla okuwugcina umbuso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Wamfuna u-Ahaziya, bambamba, ngokuba wayecashile eSamariya, bamyisa kuJehu; sebembulale bammbela; ngoba bathi uyindodana kaJehoshafati owamfuna uJehova ngayo yonke inhliziyo yakhe. Ngakho indlu ka-Ahaziya yayingenawo amandla okuthulisa umbuso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |