Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:4 - IsiZulu 2020

4 Wenza okubi phambi kukaSimakade njengendlu ka-Ahabi, ngokuba yibona ababemeluleka emveni kokukhothama kukayise, okwaba yimbangela yokubhujiswa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba bona babengabamelulekayo emva kokufa kukayise, kwaba ngukuchithwa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba bona baba ngabacebisi bakhe emva kokufa kukayise waze wachithwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:4
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi elulekwa ngunina ukuba enze okubi.


Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi,


Amacebo abalungileyo angubulungiswa, kepha izeluleko zababi ziyinkohliso.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.


Ndodana yami, uma uyeka ukulalela ukuyalwa, uyakuduka emazwini okwazi.


UNebukhadinezari, inkosi, wathumela, waqoqa izikhulu, ababusi, izinduna, abehluleli, abaphathizikhwama, abomkhandlu, nabameli, nabo bonke abaphathizifunda ukuba beze ekwehlukaniselweni kwesithombe uNebukhadinezari, inkosi, asimisileyo.


Khona uNebukhadinezari, inkosi wethuka, wasuka ngokushesha wakhuluma kwabomkhandlu wakhe, wathi: “Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na?” Baphendula, bathi enkosini: “Uqinisile, nkosi.”


Izimiso zika-Omri ziyalandelwa, nayo yonke imisebenzi yendlu ka-Ahabi nihambe ngayo, ngokwamacebo abo, ngalokho-ke ngiyakunenza incithakalo, nezakhamuzi into enximfelwayo, niyakuthwala ihlazo labantu bami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ