Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:12 - IsiZulu 2020

12 Wahlala nabo ebhacile endlini kaNkulunkulu iminyaka eyisithupha; ngesikhathi u-Athaliya ebusa ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wayenabo ethukusiwe endlini kaNkulunkulu iminyaka eyisithupha; u-Athaliya wabusa ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wacatsha kubo endlini kaNkulunkulu iminyaka eyisithupha, u-Athaliya wabusa phezu kwezwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:12
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshabheyathi, indodakazi yenkosi, yathatha uJowashi, indodana ka-Ahaziya, yameba emadodaneni enkosi ayebulawa, yamfihla ekamelweni lokulala, yena nomzanyana wakhe. UJehoshabheyathi, indodakazi yenkosi uJehoramu, umkaJehoyada, umphristi, wayengudadewabo ka-Ahaziya, wamfihla, akaze akwazi u-Athaliya ukumbulala.


Ngonyaka wesikhombisa uJehoyada waqunga isibindi, wathatha abakhuzi bempi bamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, u-Ishmayeli indodana kaJehohanani, u-Azariya indodana ka-Obhede, uMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafathi indodana kaZikhiri, wenza isivumelwano nabo.


Izikhohlakali zehla zenyuka, zibukisa, njengoba ububi budlangile nje phakathi kwabantwana babantu.


Ngokuba uzongifihla edokodweni lakhe ngosuku lwenhlupheko, angicashise endaweni efihlakele ethendeni lakhe, angiphakamisele edwaleni.


ngokuba ngahlushwa usuku lonke, kwasa ngijeziswa.


Lapho izikhohlakali zivuka abantu bayacasha, kepha ngokubhubha kwazo abalungileyo bayanda.


Wena, Simakade, ulungile, noma ngikumangalela. Nokho ngiyakukhuluma nawe ngokwehlulela: kungani indlela yezikhohlakali ichuma na? Kungani banethezeke abakhohlisi boqobo na?


Wena Simakade Nkulunkulu wami, oNgcwele, awusiye yini owasemandulo na? Asiyukufa; usinqumele ukwehlulelwa; Wena Dwala, usibekele ukujeziswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ