2 iziKronike 22:1 - IsiZulu 20201 Izakhamuzi zaseJerusalema zambeka u-Ahaziya, indodana kaJehoramu encane, waba yinkosi esikhundleni sakhe, ngokuba iviyo labaphangi elafika enkanjini nabase-Arabhiya, babebabulele bonke abafowabo abadala. U-Ahaziya, indodana kaJehoramu, waba yinkosi yakwaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Abakhileyo eJerusalema babeka u-Ahaziya indodana yakhe encane inkosi esikhundleni sakhe, ngokuba iviyo lababefike ekamu* nabase-Arabiya lalibulele bonke abokuqala. Wayesebusa-ke u-Ahaziya indodana kaJehoramu inkosi yakwaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Abakhileyo eJerusalema babeka u-Ahaziya indodana yakhe encane inkosi esikhundleni sakhe, ngokuba iviyo elafika nama-Arabu ekamu labulala onke amadoda amadala. Wayesebusa u-Ahaziya indodana kaJehoramu inkosi yakwaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |