Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 21:3 - IsiZulu 2020

3 Uyise uJehoshafathi wayebaphe izipho ezinkulu zesiliva, zegolide, nezinto ezinhle kakhulu nemizi ebiyelweyo kwaJuda, kodwa umbuso wawunika uJehoramu ngoba wayeyizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide, namagugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda, kepha umbuso wawunika uJehoramu, ngokuba wayeyizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide nezinto eziyigugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda; kepha ubukhosi wabunika uJoramu; ngoba wayelizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 21:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kodwa amadodana ezancinza zakhe, u-Abhrahama wawanika izipho esaphila, wayeseyawaqhelisa endodaneni yakhe u-Isaka, aya ngasempumalanga, empumalanga.


Wenza ukuhlakanipha, amadodana akhe wawehlukanisa, ahlala emazweni wonke akwaJuda nakwaBhenjamini, nasemizini yonke ebiyelweyo; wawanika ukudla okuningi, wawatholela nabafazi abaningi.


URehobhowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi eyizinqaba kwaJuda.


“ ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Uma isikhulu sipha enye yamadodana aso isipho, siyakuba yifa lendodana yaso, nelesizukulwane sayo, kube ngokwabo ngokwabiwa kwefa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ