Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 21:2 - IsiZulu 2020

2 UJehoshafathi wayenabafowabo namadodana. Amadodana akhe kwakungu-Azariya, uJehiyeli, uZakhariya, u-Azariyahu, uMikhayeli noShefathiya; wonke lawa kwakungamadodana enkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati: ngo-Azariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Azariyahu, noMikayeli, noShefathiya; bonke labo babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati, o-Asariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Asariya, noMikayeli, noShefathiya; bonke babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 21:2
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bezithoba abaholi bakwa-Israyeli nenkosi, bathi: “USimakade ulungile.”


UJehoramu esemile embusweni kayise waziqinisa impela, wabe esebulala bonke abafowabo ngenkemba, nabathile ababengabaholi kwa-Israyeli.


Balizungeza lonke elakwaJuda, baqoqa abaLevi emizini yonke yakwaJuda, nezinhloko zezindlu zoyise zakwa-Israyeli, beza eJerusalema.


Bamngcwaba emzini kaDavide namakhosi, ngokuba wayenze okuhle kwa-Israyeli, nakuNkulunkulu, nasendlini yakhe.


Waqoqa abaphristi nabaLevi, wathi kubo: “Phumani niye emizini yakwaJuda; niqoqe imali yokulungisa indlu kaNkulunkulu wenu ku-Israyeli wonke, lokho nikwenze unyaka nonyaka: lusukumeleni ngokushesha lolu daba.” Kepha abaLevi abalusukumelanga ngokushesha lolo daba.


USimakade wayemthobisile uJuda ngenxa ka-Ahazi, inkosi yakwa-Israyeli, ngoba engamnakanga uJuda futhi akethembeka kuSimakade.


Yahlabela onkulunkulu baseDamaseku ababeyishayile, yathi: “Ngokuba onkulunkulu bamakhosi ase-Aramu bayawasiza, ngakho-ke ngiyakuhlabela bona, bayakungisiza nami.” Kepha bamlethela ukuba aqunjwe phansi, kanjalo no-Israyeli wonke.


U-Ahazi walaliswa kokhokho bakhe, bammbela emzini iJerusalema, ngokuba abamyisanga emadlinzeni amakhosi akwa-Israyeli. UHezekiya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ezinye izindaba zikaManase, nomkhuleko wakhe kuNkulunkulu wakhe, namazwi ababoni ababewakhuluma kuye egameni likaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli; bheka, kulotshiwe ezindabeni zamakhosi akwa-Israyeli.


Kwakungakaze kwenziwe iphasika elinjengalelo, kusukela emihleni kaSamuweli, umphrofethi, kwa-Israyeli. Wonke amakhosi akwa-Israyeli ayengakaze aligcine iphasika elinjengalelo elenziwa nguJosiya, nabaphristi, abaLevi, uJuda wonke, no-Israyeli wonke bendawonye, nazo zonke izakhamuzi zaseJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ