2 iziKronike 21:16 - IsiZulu 202016 USimakade wavusela uJehoramu umoya kumaFilisti, nakwabase-Arabhiya ababengamaKhushe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 UJehova wavusa umoya wamaFilisti nowabase-Arabiya abaseceleni kwamaKushe ngoJehoramu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Ngaphezu kwalokho, uJehova wavusa umoya wamaFilisti nama-Arabiya ayesondelene namaKushe ngokumelene noJoramu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’