Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:15 - IsiZulu 2020

15 “Ngakho-ke ukolo, ibhali, amafutha, newayini inkosi yami ekhulume ngakho, mayikuthumele kuzo izinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Ngalokho ukolweni, nebhali,* namafutha, newayini, inkosi yami ekhulume ngakho, mayikuthume kuzo izinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Manje makathumele ukolweni nebhali, amafutha newayini inkosi yami eyakhuluma ngakho ezincekwini zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:15
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wamnika uHiramu amakhora ayizi-20 000 kakolo, ukudla kwabendlu yakhe, namakhora angama-20 amafutha akhanyiweyo. USolomoni wamnika kanjalo uHiramu iminyaka ngeminyaka.


Bheka, ngiyakunika izinceku zakho ezigawula imithi, amakhora kakolo ayizi-20 000, amakhora ebhali ayizi-20 000, amabhati ewayini ayizi-20 000, namabhati ayizi-20 000 amafutha.”


Thina sizogawula imithi eLebhanoni njengalokhu uyidinga, siyithumele kuwe eJopha ngolwandle ngezihlenga, wena uyikhuphulele eJerusalema.”


Abantu bakhokhela ababazi bamatshe, nababazi bokhuni, nabakhi imali; banika amaSidoni nabaseThire ukudla, okuphuzwayo namafutha ukuze balande imisedari eLebhanoni, bayilethe olwandle eJopha, ngokwemvume kaKhoresi, inkosi yasePheresiya.


“Inkazimulo yaseLebhanoni iyakuza kuwe, umsayiphuresi, ishoba nomkhoba konke kanyekanye, kuyohlobisa indawo yendlu yami engcwele, ngiyikhazimulise indawo yezinyawo zami.


Kodwa uJona wasuka, wabaleka phambi kukaSimakade, walibhekisa eTharishishi. Wehlela eJopha, wathola umkhumbi owawuya eTharishishi. Eseyikhokhile imali, wagibela kuwo elibhekise eTharishishi, ukuba suke phambi kukaSimakade.


iMe Jarikhoni, iRakhoni esemngceleni obhekene neJopha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ