2 iziKronike 2:14 - IsiZulu 202014 uyindodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseThire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, ngesiliva, ngethusi, ngensimbi, ngamatshe, ngemithi, ngokubukhwebezane, ngokuluhlaza, ngelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nokuqopha yonke imiqopho, nokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti. Mnike izingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide, uyihlo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseTire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangamatshe, nangemithi, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nangokuqopha imiqopho yonke, nangokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti, ukuba anikwe indawo kanye nezingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide uyihlo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani, noyise wayengumuntu waseTire, ochwepheshile ekusebenzeni ngegolide nangesiliva, ngethusi, nangensimbi, nangetshe, nangokhuni, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo. Futhi ngokunsomi; nokuqopha noma yiluphi uhlobo lwamathuna, nokuthola yonke icebo eliyakulethwa kuye, kanye namaqili enu, namaqili enkosi yami uyihlo uDavide. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |