2 iziKronike 19:10 - IsiZulu 202010 Wonke amacala afika kini evela kubafowenu abahlala emizini yabo phakathi kwegazi negazi, noma phakathi komthetho nomyalo, noma phakathi kwezimiso nezehlulelo, niyakubaxwayisa ngawo ukuba bangabi nacala kuSikamade, nehlelwe yintukuthelo nina nabafowenu. Niyokwenza kanjalo, ningabi nacala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Yonke imibango efika kini ivela kubafowenu abahlala emizini yabo phakathi kwegazi negazi, noma phakathi komthetho nomyalo, noma phakathi kwezimiso nezahlulelo, niyakubaxwayisa ngayo ukuba bangabi nacala kuJehova, nehlelwe yintukuthelo nina nabafowenu; yenzani njalo, aniyikuba nacala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Futhi noma yisiphi isizathu enisithola sivela kubafowenu abahlala emizini yabo, phakathi kwegazi negazi, phakathi komthetho nomyalo, izimiso nezahlulelo, kumelwe ubaxwayise ukuba bangaphambuki kuJehova, bese nifikelwa ulaka, mayelana nabafowenu: yenzani lokhu, futhi aniyikweqa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |