Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:34 - IsiZulu 2020

34 Impi yashisa ngalolo lusuku. Inkosi bayibeka enqoleni yayo maqondana ne-Aramu, kwaze kwaba kusihlwa, yakhothama ngesikhathi sokushona kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ukulwa kwaqina ngalolo suku; inkosi yakwa-Israyeli yasekelwa enqoleni yayo malungana nama-Aramu kwaze kwaba kusihlwa, yafa ngesikhathi sokushona kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ukulwa kwakhula ngalolo suku, kepha inkosi yakwa-Israyeli yahlala enqoleni yayo phambi kwama-Aramu kwaze kwahlwa; kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga wafa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:34
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamelusi. USimakade wathi: ‘Laba abasenawo amakhosi, mabaphindele emuva ngokuthula, kube yilowo nalowo endlini yakhe.’ ”


USimakade wathi: ‘Ngubani oyakuyenga u-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, ukuba ikhuphuke ifele eRamothi Gileyadi na?’ “Omunye washo lokhu nomunye washo lokhuya.


Wayesethi uMikhaya: “Uma uyobuya ngempela uphephile, uyakube engakhulumanga ngami uSimakade.” Wathi futhi: “Yizwani nina bantu bonke.”


Kepha umuntu othile wansala umnsalo wakhe ngokungazelele nje, wayihlaba inkosi yakwa-Israyeli lapho kuhlangana khona ibhantshi lensimbi eliyisivikelo sayo, yathi kumshayeli wenqola yayo: “Phenduka ungikhiphe empini, ngokuba sengilinyaziwe.”


UJehoshafathi, inkosi yakwaJuda, waphindela emuva esigodlweni sakhe eJerusalema, ephephile.


Ingozi ilandela izoni, kepha abalungileyo bavuzwa ngokuhle.


Umuntu osindwa yigazi lomunye, uyakubaleka kuze kube segodini; makangasizwa muntu.


“Kepha uma ningeyukwenza kanjalo, niyobe nonile kuSimakade, futhi yazini ukuthi niyoba nesono.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ