2 iziKronike 18:31 - IsiZulu 202031 Kwathi lapho izinduna zezinqola zimbona uJehoshafathi, zathi: “Lo yinkosi yakwa-Israyeli.” Zaphambuka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafathi wamemeza, uSimakade wamsiza. UNkulunkulu wabasusa kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Kwathi lapho izinduna zezinqola sezibonile uJehoshafati, zathi: “Yena uyinkosi yakwa-Israyeli;” zase ziphenduka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafati wamemeza, uJehova wamsiza; uNkulunkulu wazimukisa kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202431 Lapho izinduna zezinqola zibona uJehoshafati zathi: “Lo uyinkosi yakwa-Israyeli.” Bamhaqa ukulwa, kepha uJehoshafati wakhala, uJehova wamsiza; uNkulunkulu wabancenga ukuthi basuke kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
U-Asa wakhala kuSimakade uNkulunkulu wakhe, wathi: “Simakade, akekho ngaphandle kwakho ongasiza nongenamandla phakathi kwabaningi. Sisize, Simakade Nkulunkulu wethu, ngokuba sethembele kuwe, siphumile egameni lakho ukuzobhekana nalolu quqaba. Simakade, Wena unguNkulunkulu wethu, mawungahlulwa muntu.”