Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:30 - IsiZulu 2020

30 Inkosi yase-Aramu yayizidonse ngendlebe izinduna zezinqola zayo, yathi: “Ningalwi namuntu noma ngomncane noma ngomdala, kodwa nenkosi yakwa-Israyeli kuphela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha inkosi yase-Aramu ibiyalile izinduna zezinqola zayo ngokuthi: “Ningalwi namuntu, omncane noma omkhulu, kuphela nenkosi yakwa-Israyeli yodwa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Inkosi yase-Aramu yayala izinduna zezinqola ezazinayo, yathi: “Ningalwi nomncane noma omkhulu, kuphela nenkosi yakwa-Israyeli kuphela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:30
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abesilisa abasha nabadala ababengaphandle kwendlu kaLothi bashaywa ngobumpumputhe, bawufuna umnyango baze badikibala.


Wathi kuyo: “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Ngenxa yokuthi umyekile waphunyuka esandleni sakho umuntu ebengizombhubhisa, ukuphila kwakho kuyakuba sesikhundleni sokuphila kwakhe, nabantu bakho esikhundleni sabantu bakhe.’ ”


Inkosi yase-Aramu yayizidonse ngendlebe izinduna zayo ezingama-32, yathi: “Ningalwi namuntu noma ngomncane noma ngomdala, kodwa nenkosi yakwa-Israyeli kuphela.”


Bavumelana nangokuthi bonke abangayukumfuna uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli bayobulawa; noma ngabe bancane noma badala, owesilisa noma owesifazane.


Inkosi yakwa-Israyeli yathi kuJehoshafathi: “Mina ngizozifihla ngiye ngilwe, kepha wena yembatha izembatho zakho.” Inkosi yakwa-Israyeli yayisizifihla, yahamba yayokulwa.


Kwathi lapho izinduna zezinqola zimbona uJehoshafathi, zathi: “Lo yinkosi yakwa-Israyeli.” Zaphambuka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafathi wamemeza, uSimakade wamsiza. UNkulunkulu wabasusa kuye.


Maningakhethi abantu ekwehluleleni, mlaleleni omncane njengomkhulu, ningesabi buso bamuntu, ngokuba ukwehlulela kungokukaNkulunkulu. Indaba elukhuni kini niyoyiletha kimi, ngiyizwe.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ