Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:3 - IsiZulu 2020

3 U-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, wathi kuJehoshafathi, inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami yini, siye eRamothi Gileyadi na?” Wathi kuye: “Mina nginjengawe, nabantu bami banjengabantu bakho; siyakuba nawe empini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli wathi kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami, siye eRamoti Gileyadi, na?” Wathi kuye: “Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho; siyakuba nawe empini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wayesethi u-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami eRamoti kwaGileyadi na? Wathi kuye: “Nginjengawe nabantu bami njengabantu bakho; futhi sizoba nawe empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathi kuJehoshafathi: “Uzohamba yini nami ukuyolwa neRamothi Gileyadi na?” UJehoshafathi wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Mina ngifana nawe, abantu bami banjengabantu bakho, namahhashi ami anjengamahhashi akho.”


uBheni Gebheri eRamothi Gileyadi, okwakungeyakhe imizi kaJayire, indodana kaManase ekwaGileyadi, ne-Arigobi eliseBhashani, imizi engama-60 enezingange nemigoqo yethusi;


Yathumela kuJehoshafathi, inkosi yakwaJuda, yathi: “Inkosi yakwaMowabi ingivukele, ungahamba yini nami siyokulwa nabakwaMowabi na?” Wathi: “Ngizakwenyuka, njengoba nami ngiyafana nawe, nabantu bami banjengabantu bakho, namahhashi ami anjengamahhashi akho.”


Ngasekugcineni kweminyaka ethile, wehlela eSamariya ku-Ahabi. U-Ahabi wamhlabisa, yena nabantu ababenaye, izimvu nezinkabi eziningi, wamncenga ukuba akhuphuke ahlasele iRamothi Gileyadi.


UJehoshafathi wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Ake ubuze namhlanje izwi likaSimakade.”


UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma wayomhlangabeza, wafike wathi enkosini uJehoshafathi: “Kungani usiza ababi, uthanda abazonda uSimakade na? Ngakho-ke intukuthelo kaSimakade izokwehlela phezu kwakho.


Simakade, kanti angibazondi yini abakuzondayo na? Anginengwa yini ngabakuvukelayo na?


Ningahlanganyeli emisebenzini yobumnyama engenazithelo, kodwa kunalokho niyidalule,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ