Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:1 - IsiZulu 2020

1 UJehoshafathi wayenengcebo nodumo olukhulu, waba nobuhlobo no-Ahabi ngokuganiselana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehoshafati wayenengcebo nodumo olukhulu, wahlangana ngobuhlobo no-Ahabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehoshafati wayenengcebo nodumo ngokuchichimayo, wazihlanganisa no-Ahabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:1
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha-ke akubanga bikho omunye owafana no-Ahabi owazithengisa, wenza okubi phambi kukaSimakade, edudwa nguJezebheli, umkakhe.


Kwaba yiminyaka emithathu kungekho ukulwa phakathi kwe-Aramu no-Israyeli.


Ezinye izindaba zikaJehoshafathi, amandla awabonakalisa, nokulwa kwakhe, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Kwathi ukuba u-Athaliya, unina ka-Ahaziya, abone ukuthi indodana yakhe ifile, waqala ukubhubhisa bonke abasebukhosini.


Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli, njengalokhu kwenza indlu ka-Ahabi, kwazise wayeganwe yindodakazi yakhe u-Ahabi. Wenza okubi emehlweni kaSimakade.


UJehoshafathi waya ngokuya edlondlobala; wakha izinqaba nemizi eyizinqolobane kwaJuda.


Ngakho-ke uSimakade wawusimamisa umbuso esandleni sakhe, wonke uJuda wathela intela kuJehoshafathi; waba nodumo olukhulu nengcebo eningi.


Kwathi lapho izinduna zezinqola zimbona uJehoshafathi, zathi: “Lo yinkosi yakwa-Israyeli.” Zaphambuka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafathi wamemeza, uSimakade wamsiza. UNkulunkulu wabasusa kuye.


UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma wayomhlangabeza, wafike wathi enkosini uJehoshafathi: “Kungani usiza ababi, uthanda abazonda uSimakade na? Ngakho-ke intukuthelo kaSimakade izokwehlela phezu kwakho.


Emveni kwalokho uJehoshafathi, inkosi yakwaJuda, wenza isivumelwano no-Ahaziya, inkosi yakwa-Israyeli; yena wenza okubi impela.


Wahamba endleleni yamakhosi akwa-Israyeli njengoba kwenza abendlu ka-Ahabi, kwazise wayeganwe yindodakazi ka-Ahabi. Wenza okubi emehlweni kaSimakade.


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo, ngokuba ukulunga kunakuhlanganyela kuni nokungalungi na? Kunabudlelwane buni ukukhanya nobumnyama na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ