2 iziKronike 16:12 - IsiZulu 202012 Kwathi ngonyaka wama-39 wokubusa kwakhe u-Asa, wahlaselwa yisifo ezinyaweni zakhe; isifo esasimphethe sasinzima kakhulu, kodwa akamfunanga uSimakade ngenxa yaso; waya ezinyangeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe u-Asa waba nesifo ezinyaweni zakhe; isifo sakhe sasinzima kakhulu; kepha akafunanga uJehova esifweni sakhe, izinyanga zodwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 U-Asa wagula ezinyaweni zakhe ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, isifo sakhe saba sikhulu kakhulu; kepha ekuguleni kwakhe akafunanga uJehova, kepha izinyanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |