2 iziKronike 16:10 - IsiZulu 202010 U-Asa wamthukuthelela umboni, wayesemfaka ejele, ngokuba wathukuthela ngenxa yale nto umboni ayemtshele yona. U-Asa wabacindezela abanye abantu ngaleso sikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 U-Asa wacunuka ngomboni, wamfaka endlini yezitokisi,* ngokuba wamfutha ngenxa yale nto. U-Asa wabadlova nabathile babantu ngaleso sikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 U-Asa wayesemthukuthelela umboni, wamfaka etilongweni; ngoba wayemthukuthelele ngale ndaba. U-Asa wacindezela abanye abantu ngaleso sikhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |