2 iziKronike 15:8 - IsiZulu 20208 Kwathi ukuba u-Asa awezwe lawo mazwi nesiphrofetho sika-Odedi umphrofethi, waqina idolo, wazisusa izinengiso ezweni lonke kwaJuda nakwaBhenjamini, nasemizini yonke ayeyidle kwelezintaba kwa-Efrayimi, wavusa i-althare likaSimakade elaliphambi kompheme kaSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Lapho u-Asa esezwa lawo mazwi nesiprofetho sika-Azariya ka-Odedi umprofethi, waziqinisa isibindi, wasusa izinengiso ezweni lonke lakwaJuda noBenjamini, nasemizini ayeyithathile ezintabeni zakwa-Efrayimi, walivusa i-altare likaJehova elaliphambi kompheme kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Kwathi u-Asa ezwa lawa mazwi nesiprofetho sika-Odedi umprofethi, waziqinisa, wasusa izithombe ezinengekayo ezweni lonke lakwaJuda noBenjamini, nasemizini ayeyithathile ezintabeni zakwa-Efrayimi, wayivuselela, walisusa i-altare. KaJehova owayephambi kompheme kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |