Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 15:19 - IsiZulu 2020

19 Akuzange kube khona impi, kwaze kwaba ngunyaka wama-35 wokubusa kuka-Asa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Akwabe kusaba khona ukulwa kwaze kwaba semnyakeni wamashumi amathathu nanhlanu wokubusa kuka-Asa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Akubangakho ukulwa kwaze kwaba ngumnyaka wamashumi amathathu nanhlanu wokubusa kuka-Asa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 15:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinye izindaba zikaNadabi, nakho konke akwenzayo, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli na?


Ngonyaka wesithathu wokubusa kuka-Asa, inkosi yakwaJuda, uBhahasha, indodana ka-Ahiya, waqala ukubusa u-Israyeli wonke eThirisa, wabusa iminyaka engama-24.


Wabuyisa endlini kaNkulunkulu izinto ezingcwele zikayise nezinto zakhe ezingcwele; isiliva, igolide, nezitsha.


Kwathi ngonyaka wama-36 wokubusa kuka-Asa, uBhahasha, inkosi yakwa-Israyeli, wakhuphuka wayohlasela uJuda. Wakha iRama ukuze angavumeli muntu ukuba aphume noma angene ku-Asa, inkosi yakwaJuda.


Amehlo kaSimakade abona emhlabeni wonke ukuqinisa labo abanhliziyo yabo iphelele kuye. Wenze ubuwula kule nto, ngokuba kusukela manje sekuzohlala kunokulwa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ