Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 15:11 - IsiZulu 2020

11 Ngalolo lusuku bahlabela uSimakade okunye kwempango ababeyidlile; izinkabi ezingama-700 nezimvu eziyizi-7 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bahlabela uJehova ngalolo suku empangweni ababeyilethile, izinkabi ezingamakhulu ayisikhombisa nezimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bahlabela uJehova ngesikhathi sempango ababeyilethile, izinkomo ezingamakhulu ayisikhombisa nezimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 15:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wakhuphuka waya e-althare lethusi elaliphambi kukaSimakade, lisethendeni lokuhlangana, wanikela kulo ngeminikelo yokushiswa eyinkulungwane.


USimakade wawashaya amaKhushe phambi kuka-Asa noJuda; amaKhushe abaleka.


Kwathi ngenyanga yesithathu, ngonyaka we-15 wokubusa kuka-Asa, babuthana eJerusalema.


Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli, bayibusisa kanjalo-ke indlu kaNkulunkulu.


Silethe umnikelo kaSimakade, yilowo nalowo kulokho akutholileyo: izinto zegolide, izigqizo, amasongo, izindandatho, amacici, nemigexo, ukuze senzele imiphefumulo yethu ukubuyisana phambi kukaSimakade.”


USawule wathi: “Babuye nazo kuma-Amaleki, abantu baziyekile izimvu nezinkomo ezinhle ukuze bakuhlabele uSimakade uNkulunkulu wakho; ezinye siziqede nya.”


Kepha abantu bathatha empangweni izimvu, nezinkomo, okuhle kokuqalekisiweyo, khona bezohlabela uSimakade uNkulunkulu wabo eGiligali.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ