2 iziKronike 14:2 - IsiZulu 20202 U-Asa wenza okuhle nokulungileyo phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 U-Asa wenza okuhle nokulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 U-Asa wenza okuhle nokulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi ukuba kuphele konke lokhu, u-Israyeli wonke owayelapho waphuma waya emizini yakwaJuda, waphihliza izinsika, wagawula o-Ashera, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-althare wonke kwaJuda, kwaBhenjamini, kwa-Efrayimi nakwaManase, waze wakuqeda konke. Base bonke abantu bakwa-Israyeli bephindela emuva, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.