2 iziKronike 14:13 - IsiZulu 202013 U-Asa nabantu ababenaye, bawaxosha amaKhushe aze afika eGerari, afa wonke amabutho, akwaze kwasala namunye ophilayo, ngokuba abhujiswa phambi kukaSimakade nempi yakhe. Babuyela emuva nempango eningi kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 U-Asa nabantu ababe naye bawaxosha kwaze kwaba seGerari, kwawa amaKushe kwaze kwangasala muntu ophilayo, ngokuba achithwa phambi kukaJehova naphambi kwempi yakhe, bamuka nempango enkulu kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 U-Asa namadoda ayenaye babaxosha kwaze kwaba seGerari; ngoba bachithwa phambi kukaJehova laphambi kwebutho lakhe; bamuka nempango eningi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |