Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:6 - IsiZulu 2020

6 Kepha kwasuka uJerobhowamu, indodana kaNebhathi, inceku kaSolomoni, indodana kaDavide, wavukela inkosi yakhe, wayihlubuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Nokho uJerobowamu indodana kaNebati, inceku kaSolomoni indodana kaDavide, wavuka, wahlubuka inkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kodwa uJerobowamu indodana kaNebati, inceku kaSolomoni, indodana kaDavide, wasukuma wayihlubuka inkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:6
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJerobhowamu, indodana kaNebhathi wakwa-Efrayimi waseZereda, unina okwakunguZeruya umfelokazi, incekukazi kaSolomoni, wamelana nenkosi.


Kwathi lapho u-Israyeli wonke esezwile ukuthi uJerobhowamu ubuyile, bathumela bambizela enhlanganweni, base bembeka inkosi phezu kuka-Israyeli wonke. Kwakungekho muntu omunye owalandela indlu kaDavide, ngaphandle kwesizwana sakwaJuda kuphela.


Uma laba bantu beqhubeka benyuka beyonikela imihlatshelo endlini kaSimakade eJerusalema, inhliziyo yalaba bantu ingahle iphindele enkosini yabo, uRehobhowamu, inkosi yakwaJuda, bangibulale mina, babuyele kuRehobhowamu, inkosi yakwaJuda.”


USimakade waba naye noma kuphi lapho ayeya khona, wachuma, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akabe esayikhonza.


U-Israyeli wayihlubuka indlu kaDavide kuze kube yinamuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ