Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:22 - IsiZulu 2020

22 Ezinye izindaba zika-Abhiya, izindlela zakhe, namazwi akhe, kulotshiwe esichasiselweni somphrofethi u-Ido.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ezinye izindaba zika-Abiya, nezindlela zakhe, namazwi akhe, kulotshiwe esichasiselweni somprofethi u-Ido.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ezinye izindaba zika-Abhiya nezindlela zakhe namazwi akhe zichazwe endabeni yomprofethi u-Ido.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:22
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izindaba zikaRehobhowamu, ezakuqala nezokugcina, azilotshiwe yini ezindabeni zikaShemaya umphrofethi, nezika-Ido umboni, ngokwezizukulwane, nezimpi zikaRehobhowamu noJerobhowamu zonke izinsuku zabo na?


U-Abhiya waziqinisa waba namandla, wathatha abafazi abali-14, wazala amadodana angama-22 namadodakazi ali-16.


Indaba ngamadodana akhe, nangobukhulu bemithwalo phezu kwakhe, nangokuvuswa kwendlu kaNkulunkulu, bheka, kulotshiwe emlandweni wencwadi yamakhosi. U-Amaziya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ezinye izindaba zikaSolomoni, ezakuqala nezakamuva, azilotshiwe yini ezindabeni zikaNathani umphrofethi, nasesiphrofethweni sika-Ahaya waseShilo, nasemibonweni ka-Ido umboni ngoJerobhowamu indodana kaNebhathi na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ