2 iziKronike 13:14 - IsiZulu 202014 Lapho abakwaJuda bebheka emuva; bheka, kwakukhona amabutho phambi kwabo nasemuva kwabo. Bakhala kuSimakade, abaphristi bashaya amacilongo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Lapho uJuda esephenduka, bheka, impi yayingaphambili nangasemva kwabo; bakhala kuJehova, abapristi bakhalisa amacilongo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Lapho uJuda ebheka emuva, impi yayingaphambili nangemuva, bambiza uJehova, abapristi babetha amacilongo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
U-Asa wakhala kuSimakade uNkulunkulu wakhe, wathi: “Simakade, akekho ngaphandle kwakho ongasiza nongenamandla phakathi kwabaningi. Sisize, Simakade Nkulunkulu wethu, ngokuba sethembele kuwe, siphumile egameni lakho ukuzobhekana nalolu quqaba. Simakade, Wena unguNkulunkulu wethu, mawungahlulwa muntu.”