Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:13 - IsiZulu 2020

13 UJerobhowamu wayebalalele unyendle wabazungeza, ukuze aqhamuke ngemuva nangaphambili kukaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha uJerobowamu wayegwegwesisile abaqamekeli ukuba bafike emuva; babe phambi kukaJuda, abaqamekeli babe semva kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kepha uJerobowamu wathuma abaqamekeli emva kwabo; bona babephambi kukaJuda, abaqamekeli babesemva kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngonyaka we-18 wokubusa kwenkosi uJerobhowamu, indodana kaNebhathi, u-Abhiyamu waba yinkosi kwaJuda.


Kwathi ukuba baqale ukuhalalisa nokudumisa, uSimakade wababekela abazobalalela unyendle abakwa-Amoni, abakwa-Mowabi, nabasentabeni iSeyiri ababephumele ukumelana noJuda, banqotshwa bonke.


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.


“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bayizingcweti ekwenzeni okubi, abakwazi ukwenza okuhle.”


ewayalile, wathi: “Niyakugwaca ngemuva komuzi, ningayi kude nawo, kodwa nihlale nonke niqaphile.


UJoshuwa wabathuma baya kuleyo ndawo ababezogwaca kuyo, bazifihla phakathi kweBhetheli ne-Ayi, ngasentshonalanga e-Ayi. Ngalobo busuku uJoshuwa walala phakathi kwabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ