Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 12:9 - IsiZulu 2020

9 UShishaki, inkosi yaseGibhite, wakhuphukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaSimakade nengcebo yasesigodlweni senkosi. Wathatha konke, wathatha nezihlangu zegolide ezazenziwe nguSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UShishaki, inkosi yaseGibithe, wakhuphukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi, yebo, wathatha konke, wathatha izihlangu zegolide ezenziwe nguSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khona-ke uShishaki, inkosi yaseGibhithe, wenyukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi; wathatha konke; wathatha nezihlangu zegolide uSolomoni ayezenzile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 12:9
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Asa wathatha lonke isiliva negolide elalisele engcebeni yendlu kaSimakade nengcebo yesigodlo senkosi, wakunika izinceku zakhe, wayesezithumela kuBheni Hadadi, indodana kaThabhirimoni kaHeziyoni, inkosi yase-Aramu, owayehlala eDamaseku, wathi:


U-Ahazi wathatha isiliva negolide alithola endlini kaSimakade nasengcebeni yesigodlo, walithumela enkosini yase-Asiriya, laba yisipho sayo.


Inkosi uRehobhowamu yenza izihlangu zethusi esikhundleni sazo, yazinikela ezandleni zezinduna zabalindi abaqapha umnyango wesigodlo senkosi.


Isitha selulele isandla saso phezu kwakho konke okuthandekayo kwalo. Impela libabonile abezizwe bengena endaweni yalo engcwele; labo owayala ukuba bangangeni ebandleni lakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ