Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:3 - IsiZulu 2020

3 “Yisho kuRehobhowamu, indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nayo yonke indlu yakwa-Israyeli ekwaJuda neyakwaBhenjamini, uthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Khuluma kuRehobowamu indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nakuye wonke u-Israyeli kwaJuda noBenjamini, ngokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Khuluma kuRehobowamu indodana kaSolomoni, inkosi yakwaJuda, nakuye wonke u-Israyeli kwaJuda nakwaBenjamini, uthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke laba yizizwana ezili-12 zakwa-Israyeli. Yilokho uyise akukhuluma ngesikhathi ebabusisa, ebusisa yilowo nalowo ngesibusiso esimfaneleyo.


Kuze kube namuhla basenza imikhuba yabo yakuqala. Abamesabi uSimakade, abazilandeli izimiso zakhe, izehlulelo, imithetho, nemiyalelo uSimakade ayala ngakho abantwana bakaJakobe, amqamba igama wathi ngu-Israyeli.


Kepha uRehobhowamu wabusa phezu kwabo bonke abantu bakwa-Israyeli ababakhe emizini yakwaJuda.


Kwase kufika izwi likaNkulunkulu kuShemaya, umuntu kaNkulunkulu, lathi:


‘Usho kanje uSimakade, uthi: ningakhuphuki ukuyolwa nabafowenu, abantu bakwa-Israyeli; phindelani, kube yilowo nalowo endlini yakhe, ngokuba lokhu kuvela kimi.’ ” Balilalela izwi likaSimakade, baphindela emuva, kabamhlasela uJerobhowamu.


UMose wawabhala wonke amazwi kaSimakade. Wavuka ekuseni ngovivi, wakha i-althare phansi kwentaba, wamisa izinsika ezili-12 ngokwezizwe ezili-12 zakwa-Israyeli.


Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwana sakwaBhenjamini, umHebheru wamaHebheru, ngokomthetho ngingumFarisi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ