Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:12 - IsiZulu 2020

12 Kuyo yonke imizi, wabeka izihlangu nemikhonto emzini ngamunye, wayiqinisa kakhulu impela. ElakwaJuda nelakwaBhenjamini kwakungokwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Emizini yonke, yileyo naleyo, wabeka izihlangu nemikhonto, wayiqinisa kakhulu impela. ElakwaJuda nelakwaBenjamini lalingelakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Emizini yonke wabeka izihlangu nemikhonto, wakwenza kwaba namandla kakhulu, uJuda noBenjamini beseduze kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UThamari wayesezithela ngomlotha ekhanda, wayiklebhula ingubo yakhe enemibala ayeyigqokile, wathwala izandla ekhanda, wahamba elokhu ekhala.


U-Absalomu akazange akhulume lutho olubi noma oluhle ku-Amnoni, kodwa u-Absalomu wamzonda u-Amnoni, ngokuba wayemphoqile udadewabo, uThamari.


Kepha uRehobhowamu wabusa phezu kwabo bonke abantu bakwa-Israyeli ababakhe emizini yakwaJuda.


Izinqaba waziqinisa, kuzo wabeka abakhuzi bempi, wagcina ukudla, amafutha, newayini kuzo.


Abaphristi nabaLevi ababekulo lonke elakwa-Israyeli bazihlanganisa noRehobhowamu, bevela kuzo zonke izifundazwe.


u-Azariya waphuma waya ku-Asa, wathi kuye: “Ngilaleleni, wena Asa noJuda wonke, noBhenjamini; uSimakade unani, uma ninaye, uma nimfuna niyakumfumana, kodwa uma nimshiya, naye uyakunishiya.


UJehoshafathi waya ngokuya edlondlobala; wakha izinqaba nemizi eyizinqolobane kwaJuda.


UHezekiya waziqinisa, wakha lonke ugange lomuzi olwaludiliziwe, wamisa imibhoshongo phezu kwalo; wakha nolunye ugange ngaphandle. Waqinisa iMilo emzini kaDavide, wenza izikhali nezihlangu okuningi.


“Wena ndodana yomuntu, zithathele induku, ulobe kuyo, uthi: ‘EkaJuda nabakwa-Israyeli abangabangani bakhe.’ “Thatha enye induku futhi, ulobe kuyo, uthi: ‘EkaJosefa, induku ka-Efrayimi nendlu yonke yakwa-Israyeli, abangabangani bakhe.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ